[Verse:]:
Is'khathi sami sonke nawe
Bes'gcwele injabulo njalo
Konke ebengik'dinga ngingak'swele

Ngiyazi indaba yami nawe
Ay'phelanga kamunandi
Ngak'phula inhliziyo, ngithethelele

Ngang'ngaboni ngangingazi
Ukuthi uyis'busiso sami
Ngak'xhaphaza, ngak'laxaza shwele...

Chorus:
Ngihlale ngithandaza kanje
Ukuthi siyoze s'buyelane
Noma isimo sil'khuni, ng'zohlala ethembeni...
Ngihlale ngithandaza kanje

[Verse 2:]:
Seng'khulile, seng'bonile
Seng'hambile, seng'fundile
(Uthando ol'njengolwakho al'velele) bvs

Ngiyazi ngak'cekela phansi
Ngiyaz'vuma zonke izono zami
Manje ngiyangqongqoza ngivulele

Vula inhliziyo, vula inhliziyo yakho
Vula inhliziyo... Ngiyancenga nje ooh (Ngihlale ngithandaz')

Chorus

Bridge/Breakdown:
Ngeke ngiphinde, ngeke ngilinge
Ngik'lahle... Ngiyak'thembisa x2

Mungangipha ithuba nje
Sthandwa siyofa silahlane
Ngiyasho ngingowakho njena x2

Chorus (repeat, fade)
Correct  |  Mail  |  Print  |  Vote

Vulinhliziyo Lyrics

Swazi Dlamini – Vulinhliziyo Lyrics

More Swazi Dlamini lyrics