Sho boy,
Sho boy,

Ezasekasie zifikile
Izinto ezenz'umathanda
Makudlal'isgubhu ziyathanda,
Ezivele zenze umathanda,
Ngipheth'izinto zama... Mpela
Sikhafula umlilo ezamampela,
Makudlala is'gubhu zithi esam'ngedwa,
Nalobusthwala zithi obambodwa,
Mantombazana ngithi yim'ngedwa,
Engiphethe imali engihamba ngedwa,
Ubucu obubili obuhamba bodwa,
Ngipheth'impilo wentombizodwa,

Zithanda ubumnandi lez'izinto,
Futhi ziyaspender azinendaba nezinto,
Azinendaba nezifo,
Ziphush'impilo zidl'imali nomgwinyo,

Ezasekasie zifikile
Izinto ezenz'umathanda
Makudlal'isgubhu ziyathanda,
Ezivele zenze umathanda,

Ezasekasie zifikile
Izinto ezenz'umathanda
Makudlal'isgubhu ziyathanda,
Ezivele zenze umathanda,

Ezasedlangezwa ezidla imizwa engizazi ngedwa,
Futhi zihamba zodwa,
Ebumnandini zihamba ngazodwa,
Shono-ke ntombizodwa,
Emvakweparty asenze okukodwa,
Minanawe sodwa,
Njengamasosha asambe sodwa,

Ezasekasie zifikile
Izinto ezenz'umathanda
Makudlal'isgubhu ziyathanda,
Ezivele zenze umathanda,

Ezasekasie zifikile
Izinto ezenz'umathanda
Makudlal'isgubhu ziyathanda,
Ezivele zenze umathanda,

Ezasekasie zifikile[Ezasekasie zifikile]
Izinto ezenz'umathanda[izinto ezenz'umathanda]
Makudlal'isgubhu ziyathanda, [Makudlal'isgubhu ziyathanda, ]
Ezivele zenze umathanda, [Ezivele zenze umathanda]
[Ezivele zenze umathanda]
Correct  |  Mail  |  Print  |  Vote

Ezasekasi Lyrics

Dj Sixteen – Ezasekasi Lyrics