top 100
·
top new
·
updates
·
submit lyrics
#
A
B
C
D
E
F
G
H
I
J
K
L
M
N
O
P
Q
R
S
T
U
V
W
X
Y
Z
Correct Ngiyabonga Igazi Lyrics
Lyrics
►
Artists: M
►
Mkhaliphi
►
Correct Ngiyabonga Igazi
Artist:
Song:
Comment:
Lyrics:
Baba ngibong' umusa wakho Nothando olwakho lujulile Wabon' usizi kimi Wathumel' indodana yakh' ezelwe yodwa Wabon' usizi kimi Wathumel' indodana yakh' ezelwe yodwa Ngiyabonga (Ngiyabonga jesu) Igazi lemvana elaphalal' egolgotha (Elgolgotha) Ngiyalithemba mina (Hayi bo linamandla) Ngoba lakhul' umoya wami (Ngiyabonga jehova) Ngiyabonga (Ngiyabonga jesu) Igazi lemvana elaphalal' egolgotha (Elgolgotha) Ngiyalithemba mina (Hayi bo linamandla) Ngoba laphilis' umoya wami (Ngiyabonga jehova) Baba ngibong' umusa wakho Nothando olwakho lujulile Wabon' usizi kimi Wathumel' indodana yakh' ezelwe yodwa Wabon' usizi kimi Wathumel' indodana yakh' ezelwe yodwa Baba ngiyabonga ngomusawakho ongenzele wona Lachithw' igazi, zahlanzw' izono Ngikhululiwe Ngiyabonga (Ngiyabonga jesu) Igazi lemvana elaphalal' egolgotha (Elgolgotha) Ngiyalithemba mina (Hayi bo linamandla) Ngoba lakhul' umoya wami (Ngiyabonga jehova) Ngiyabonga (Ngiyabonga jesu) Igazi lemvana elaphalal' egolgotha (Elgolgotha) Ngiyalithemba mina (Hayi bo linamandla) Ngoba laphilis' umoya wami (Ngiyabonga jehova)
add rows