Sytroo - Intandane lyrics | LyricsFreak
Correct  |  Mail  |  Print  |  Vote

Intandane Lyrics

Sytroo – Intandane Lyrics

(Hook)
Buka mngani... mina ang'naye umama ngenze njan?
[[Bambelela mpintshi yami ub'hlungu b'sazodlula]]
Buka mngani... mina ang'naye umama ngenze njan?
[[Bambelela mpintshi yami ub'hlungu b'sazodlula]]
Angibelethanga, ang'ncelanga zonke lezinto ziyang'khuba
Yazu'kuba... kulomhlaba ang'zile ngabakekho obezothi ang'zile
Buka mngani... mina ang'naye umama ngenze njan?
[[Lobu b'hlungu b'sazodlula]]

(V1)
Wang'shiya ng'sena... 7 imnyaka
Umsindo k'khalwa ngaphaphama ngabuka
I uncle ibambikhanda omakhelwane bemthulisa bemncenga
E side(ini) umamulele ibhokisi l'zofika
Ang'khali, yonke lento angiyazi phela phika
Kwa hayizwa ngizwa kwi bhokisi bemfaka
Isxuku sikhala I bhokisi bel'kaka
Maybe kwakwi'hlobo eish omakhelwane babe gcwele usizi
Ithoyizi ebelisesandleni ngalibeka
7 days passed umama bamncwaba ngina 7
Nami ng'khula benginokuthi umama uzobuya
Aqhubeke ang'geze ng'yes'koleni nami njengaba ngani bami
Angiwashele ang'phekele phela ng'semncane
Ngyay'dinga izandla zomzali wami nami njenga banye
Ne tyma selabhoda engozini yemoto
Ithombe zabazali bami ang'nazo ng'bakhumbule
Mama ng'cela wenzu'buye

(H2)
Buka mngani... mina ang'naye umama ngenze njan?
[[Bambelela mpintshi yami ub'hlungu b'sazodlula]]
Buka mngani... mina ang'naye umama ngenze njan?
[[Bambelela mpintshi yami ub'hlungu b'sazodlula]]
Angibelethanga, ang'ncelanga zonke lezinto ziyang'khuba
Yazu'kuba... kulomhlaba ang'zile ngabakekho obezothi ang'zile
Buka mngani... mina ang'naye umama ngenze njan?
[[Lobu b'hlungu b'sazodlula]]

(V2)
Ng'khule ngobisi lwenkomo kulomhlaba
Umama wang'shiya ngalenkathi eng'zala
Mina ng'necala ng'yasaba ngabulala umama
Ngintandane now, ng'xovu cement
Angiba blame nakancane abazi hengayo
Nami ngajika sengibamba intambo ngabekezela
Wawungeke ungabi ne H, I, V lo mhlaba ngobuyahlaba
Imthenti'ngcwele masamba k'mele sgqoki'mbadada
Why mama ung'shiye buya s'hlale sobabili
Ng'funa ung'shaye mengenzinto e wrong
Ung'thengele impahla zokugqoka buya
Ng'funa ukuk'bona mzali wami buya
Khona ung'support kwelami'khono
Ngifunde ngize ngikhokhobe ngikuphe I mali u smile
Ung'qambi'gama leli engili qanjwe o nurse angil'thandi
Ung'fundisimbeko ung'shushuzele mang'lila
Kade ngangibeka imbali ethuneni lakho ng'lokh ngithi uzobuya
Isqamelo sami I bible lami ligcwele inyembezi zenkumbulo

(H3)
Buka mngani... mina ang'naye umama ngenze njan?
[[Bambelela mpintshi yami ub'hlungu b'sazodlula]]
Buka mngani... mina ang'naye umama ngenze njan?
[[Bambelela mpintshi yami ub'hlungu b'sazodlula]]
Angibelethanga, ang'ncelanga zonke lezinto ziyang'khuba
Yazu'kuba... kulomhlaba ang'zile ngabakekho obezothi ang'zile
Buka mngani... mina ang'naye umama ngenze njan?
[[Lobu b'hlungu b'sazodlula]]... X3...
Share lyrics
×

Intandane comments