Intro

Angek' uzumthol' ezipotini,
Angek' uzumthol' emakhoneni,
Angek' uzumthol' emicimbini,
Angek' uzumthol' emigwqeni,

Chorus

Kodw' uzomthol' eduze kwami,
(Yebo uzomthol' eduze kwami)
Yebo uzomthol' eduze kwami
(Yebo uzomthol' eduze kwami)
Oh oh oh oh...

Verse 1

Ngiyabona abanye bathwele kanzima,
(Kanzima)
Hheyi Kodwa mina
(Hheyi kodwa mina)
Angimufun'eduze angimsweli
Angahamba agcwala lonk' ilokishi
(Ngish' Angahamba agcwala lonk' ilokishi)
Uyisoka lami,
(Soka lami)
Uyisithandwa sami
(Sithandwa sami)
Yeb' uyisithunzi sami
(Sithunzi sami)
Yeb' uyisibusiso sami

Chorus
Yebo uzomthol' eduze kwami X8

Verse 2

Hhey hey,
(Hhey hey)
Hhey ei
(ehhe eyi)
Ei...

Soka lami
(Uyindoda yami)
Ubambo lwami
(Ithemba lami)
Njabulo Yami
(Ntokozo Yami)
Sithandwa sami
(Ungudali wami)

Chorus
Repeat adlines till fade
Correct  |  Mail  |  Print  |  Vote

Eduze Kwami Lyrics

Lira – Eduze Kwami Lyrics

More Lira lyrics